Yiba ngumfundi onelukuluku lokwazi

Noma nini. Noma yikuphi. Noma ubani.

Joyina Abafundi abangaphezu kwesigidi esingu – 1 M abafuna ukwazi ukusebenzisa omakhalekhukhwini abanobuchwepheshe ophezulu (smartphones) ukufundela “ukwazi” ukufunda.

UYINI UMFUNDI ONOSIZO?

Umuntu ofunda ukuze abenokuqondisisa futhi akhule.

KUNGANI?

Ukuze uvule amathuba empilo yonke
Amathuba angapheli

KANJANI?

Ngokusebenzisa umakhalekhukwhini wakho ukufunda nokufunda nsuku zonke.

Ingabe ungumfundi onelukuluku lokufuna ukwazi?

Ukusebenzisa umakhalekhukhwini ukuze ufunde

Funda “ukwazi” ukufunda noma yikuphi, nganoma yisiphi isikhathi

Kuleminyaka eyilishumi nanye edlule, iCurious Learning njengenhlangano ibisiza izingane emhlabeni wonke jikelele ukuthi zifunde “ukwazi” ukufunda zisebenzisa umakhalekhukhwini nje kuphela. Sizibonele mathupha Amandla okufunda ngedijithali, yingakho sikholelwa ukuthi, lo mnyakazo unamandla kakhulu! Ayikho ingane okufanele  ingafinyeleli emandleni ayo aphelele okanye ingalungiselelwa ikusasa ledijithali. Ngamathuluzi amasha nezinhlelo zokusebenza ezihlakaniphile, noma ubani angafunda “ukwazi” ukufunda, nanoma ngabe ukuphi emhlabeni jikelele.

Sisonke, singabafundi abanelukuluku lokufuna ulwazi Kanye nokwazi.

Ukuveza inganekwane zokufunda ngedijithali

Isikhathi sesikrini, esinemisebenzi emihle yokufunda, sinomthelela omuhle ekhonweni lengane yakho lokufunda.
Ukufunda online kulula ngamathuluzi alungile. Noma ubani angafunda ngomakhalekhukhwini.
Ingane yakho ingafunda noma yikuphi ngohlelo lokusebenza oluhle ngomakhalekhukhwini.
Amathuluzi okufunda ajabulisayo agcina ingane yakho imatasa futhi ihlinzeka ngendawo yokufunda enethezekile.
Ilukuluku libalulekile ekukhuleni kwengane yakho. Ukufunda online kukunikeza izindlela eziningi zokondla lelo lukuluku.

A movement of Curious Readers

Using smartphones to support literacy

Technology has transformed the way we learn, and digital learning is now an essential part of every child’s literacy journey. We’re on a mission to help children globally access the resources needed to learn to read, grow and gain a lifetime of opportunities, using just a smartphone. No child should be held back from reaching their full potential or be underprepared for a digital future. With innovative tools and smart apps, anyone can learn to read, wherever you are in the world. Together, we can be Curious Readers.

Funda Ukufunda

Sesinabafundi abayisigidi esinye emhlabeni
wonke abajoyine lomnyakazo.
Ingabe uzoba omunye wabo?

Qala namuhla - Mahhala kumakhalekhukhwini wakho:

Wondla Inunu

Landa uhlelo lokusebanza
(i-epu) lokufunda nokubhala mahhala

Joyina umnyakazo

Bhalisela uhlu lwethu lwe-imeyili ukuze uthole izibuyekezo nokusekelwa okwengeziwe.

Ukufunda okwengeziwe kubazali abafisa ukwazi

Joyina umnyakazo wethu wabafundi abanelukuluku

Sekela imfundo yengane yakho, ngaphandle kwezindleko ezengeziwe

Sekela imfundo yengane yakho, ngaphandle kwezindleko ezengeziwe Wonke umzali ufuna ukunikeza ingane yakhe isiqalo esihle kakhulu empilweni, futhi enye yezingxenye ezibalulekile kakhulu zempilo yabo imfundo. Uma kuziwa ekusekeleni imfundo yengane yakho, ukuzibandakanya njengomzali
Funda kabanzi

Indlela yokuthuthukisa imfundo yengane yakho ekhaya

Indlela yokuthuthukisa imfundo yengane yakho ekhaya Intshisakalo yengane ekufundeni inomthelela ekutheni yenza kahle kanjani esikoleni futhi kamuva lapho isikhulile. Indawo enhle nephephile lapho ingane yakho izizwa ikhuthazwa khona ukufunda ngemva kwesikole nangesikhathi sayo
Funda kabanzi

Ukubaluleka kokufunda ukufunda ngolimi lwakho lwebele

Ukubaluleka kokufunda “ukwazi” ukufunda ngolimi lakho lwebele Ukufunda “ukwazi” ukufunda kuwumsebenzi onzima. Izingane eziningi ziyanxenxwa ukuthi ziqale zifunde “ukwazi” ukufunda ngolimi okungelona olwazo, okwenza inqubo yokufunda eseyivele iyinkimbinkimbi ibe nzima nakakhulu. Iqiniso liwukuthi izingane
Funda kabanzi